Amaphupho ngokuthukuthela

Uma uphupha ukuthi uthukuthele, ngemvamisa kusho ukuthi kunebhadi ekusaseni lakho. Uma ucikekile nje kancane, kusho ukuthi uzothola izindaba ezimbi maduzane, kodwa uma umuntu ekuthukuthelise ngempela uzohlulwa yizitha zakho. Uma uthukuthele ngoba kunomuntu okuthukile, kuzoba nokulwa nophathina wakho noma ebhizinisini lakho.

, , ,

2 Responses to Amaphupho ngokuthukuthela

  1. Nkosinathi Nzama September 3, 2015 at 5:50 am #

    Ngiyabonga kakhulu ngiyafisa ukuthola incwadi noma ibhuku elichaza wona amamphupho kodwa angazi ukuthi ngingalithola kanjani

  2. Noxolo Canti September 13, 2016 at 6:01 am #

    Ndiyabonga ngenkcazelo zamaphupha ebdixifumanayo apha nam ndiyafuna ukhe ndifumane incwadi yamaphupha ke ndimane ndijonga kuyo.enkosi

Leave a Reply