5 Responses to Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo

  1. mbali Ngubo September 24, 2015 at 12:41 pm #

    Uma uphupha ukth gqoke traditional ne kuqhamuke ubaba wengane yakho ephethe igqila alinike umama wakhe bese umama wakhe ekubhincisa lona akudonse ngengalo akfake endlini eyesizulu ngabe kusho ukthini

  2. Thobeka Phakathi September 26, 2015 at 9:33 am #

    Ngyani bingelela makhosi ngsacela ukubuza uma uphupha ensimini uyafika ifino ayikho ensimini bengthi ngyabheka udongo lomuzi linefino ehle licaza ukuthi leliphupho,

  3. Nonoh Mkhungo September 29, 2015 at 3:55 pm #

    Thokoza gogo kusho ukuthini ukuphupha ugena emfuleni ongcolile nengane kacc wami ena 2 nje en manje ngiphuuphe ishaywa inyoka eduze kwakamakhelwane iinto engiphatha kabi asizwani nabanye oc c bami bahlekile bona base boyokha amanzi ngabe kusho ukthini gogo plz hlp me plzz!

  4. noxolo October 1, 2015 at 9:33 am #

    Uma uphupha umuntu ophilayo ecela ukudla kuwena

  5. Sbahle Zwane June 14, 2017 at 1:10 pm #

    Ngyabingelela emakhosini Ngicela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha uqukula amatshe niwabeka inqumbi

Leave a Reply