Amaphupho ngomcimbi womshado

Uma uphupha ukuthi uyashada kuyibhadi, ikakhulukazi kwabesilisa. Kusho ukuthi kuzoba nezikhathi ezinzima empilweni yakho maduzane. Uma omunye wabantu ephusheni lakho begula noma bekhubazekile, kusho ukuthi uzoba nomshado ongenayo injabulo. Kuyinhlanhla kuphela uma umuntu wesifazane eziphupha eshada nekhehla.

5 Responses to Amaphupho ngomcimbi womshado

  1. Balungile Revival Majola September 29, 2015 at 3:52 pm #

    Sanibonani ngicela ninghlaziyele or ningichazele ukuthi leliphupho engliphuphile lichazani,ngiphupha nginomuntu wami silele umasiqala sithi senza inkonzo yasekameleni ngivele ngophe kube bomvu yonke into zimpahla engizigqokile ngisho nombhede ngicela ningicacisele ukuthi ngabe lichazani

  2. Siphesihle Khumalo September 29, 2015 at 3:57 pm #

    Uma uphuphe umshado kusho ukuthini?

  3. Zandi January 5, 2016 at 12:10 pm #

    Uma uphuphe apentshisi amane kodwa elilodwa alivuthwanga?

  4. bonhle January 7, 2016 at 3:35 pm #

    As a woman ngiphuphe ngilotsholwa indoda engike ngathandana nayo kudala esahlukana kabuhlungu nayo kodwa ebese iloku ingincenga ukuba sibuyelane

  5. prudence January 23, 2018 at 12:51 pm #

    sanibonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuzibona ushada u gqoke ingubo emhlophe kodwa uma uphuma ngiphuma nebhokisi lomncwabo eduze nami ingabe lisho ukuthini leliphupho

Leave a Reply