Amaphupho ngezingane ezincane

Uma uphupha ukuthi ubona ingane encane, futhi usemsulwa, kungenzeka uheheke ukulala nomuntu ongafanele. Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo, uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izikakela uyibambile, kuyinhlanhla uma wena ungangcoli kodwa kuyibhadi uma ikungcolisa.

6 Responses to Amaphupho ngezingane ezincane

  1. olwethu October 13, 2015 at 4:18 pm #

    Uma uphupha umuntu owathandana naye iqabulana aphinde akubonise impahla zomntwana omncane, kuthetha ntoni..

  2. Nomkhosi Nyathikazi October 16, 2015 at 5:00 am #

    Sanibonani ngicela incazelo yaleliphupho ngikumuzi omuhle ngalendlela ngaphandle ngeqe into engathi umuntu oncwabwe khona wambhozwa ngotshani obunenhlabathi mangibheka bawuthu engathi uyavuka ayangilandela ngingene endlini ngikhiye icabha kumuzi omkhulu plz bandla ngikhathazekile ngazise

  3. nomaIndia Qwane February 16, 2017 at 11:28 am #

    molweni ndicela nindichazele eli phupha ndiphupha ndileqwa ngamarhanisi emveni koko ndachola amaqanda amaninzi amhlophe qhwa thetha ukuthini lont

  4. mandisa March 14, 2017 at 6:56 pm #

    Ngicela incazelo ngaleli phupho ngiphuphe ngigqokisa ingane encane futhi ngiyidlalisa ngabe kuchazani lokho

  5. Thobeka April 12, 2017 at 2:35 pm #

    Kusho ukuthini ukuphupha ongasekho ebhaka amakhekhe amahle ahalisayo

  6. Cabangani June 26, 2017 at 2:21 pm #

    Kusho ukuthini uma uphupha ulwa nomlungu omsebenzelayo ethi untshontshile sengathi uyaphika uthi awuzange bese uzibona uphethe ingane yakhe sengathi uyayithulisa

Leave a Reply