Amaphupho ngenjabulo

Uma uphupha ukuthi ujabulile kakhulu, kusho ukuthi kukhona ongakukhohlisa maduzane, ngakho kufanele uqaphele abantu obucabanga ukuthi ungabethemba. Uma ujabulile ngoba ugubha okuthile, kusho ukuthi uzophumelela kulokhu okwenzayo. Kungasho nokuthi uzoshada maduzane nje uma ujabule kakhulu.

 

6 Responses to Amaphupho ngenjabulo

  1. Zama maxhakana November 27, 2015 at 5:23 am #

    Kusho kuthin ukuphupha iyothenga ingubo womshado uhamba nomama wakwa nxt door ngath futh zoshada naye?

  2. silindile mtshali November 27, 2015 at 6:13 pm #

    Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha nihleli emzini thizeni kuphekwe inyama yenkomo ubhuti wam ubesesemabhodweni eyiphaka seyivuthiwe

  3. thabisile February 4, 2016 at 9:48 am #

    Uma uphupha uhamba odakeni

  4. nokwanda ngubane February 19, 2016 at 8:01 pm #

    Uma uphupha uphunyelwe amazinyo angaphambili kungabe kushoni

  5. Mbali September 8, 2016 at 6:31 pm #

    Hi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inyama ebomvu ifakwa umuntu enibanga naye efrigen lakho? Kodwa kulelo phupho ngithethile ngathumela okuyingane yakhe ukuthi iyilande inyama angifuni LA yabe isiyakhipha lengane inyama efrigen ngifile ukucasuka ngicela ningazisa ukuthi mgabe lichazani

  6. Phumlani Sibisi March 5, 2017 at 10:57 am #

    Kusho ukuthini ukuphupha uphuma amazinyo?

Leave a Reply