Amaphupho ngokugibela

Uma uphupha ukuthi kunento oyigibelayo uya phezulu kusho ukuthi uzophumelela kangakanani empilweni. Uma ufika phezulu uzofinyelela izinhloso zakho empilweni othandweni nasemsebenzini. Uma ungafiki noma uwa phansi kusho ukuthi uzodumala. Uma usugibelile wafika phezulu emaphusheni akho futhi usuyehla kusho ukuthi kuzoba noshintsho oluhle empilweni yakho maduzane.

5 Responses to Amaphupho ngokugibela

  1. Nonkumbulelo April 19, 2016 at 7:34 am #

    Ndiphuphe umama wam evule iintente ezimbi e spare bedroom

  2. zanele April 23, 2016 at 9:55 am #

    Ngiphuphe umama osashona evuka ethuneni lakhe ebiza igama likamama wakhe

  3. Abgail April 24, 2016 at 10:08 am #

    Enter your comment here.salibonani sekukabili ngiphupha ngigeza
    ngomuntu umzimba

  4. Star July 8, 2016 at 11:39 am #

    Mina nginenkinga yokuphupha ngihamba ngemoto kodwa ngigcina ngingafiki langiyakhona naleyomoto ngisuke ngigijima ngayo?

  5. sandile thuba mpontshane January 28, 2017 at 8:12 am #

    Ngiphuphe ngiwela umfula ohambayo

Leave a Reply