Amaphupho ngesivunguvungu

Uma uphupha ukuthi kunesivunguvungu kuwuphawu lweshwa kuwe futhi kufanele uqaphele okwesikhashana. Uma kunokuduma nombani okuningi kusho ukuthi kuzoba noshintsho empilweni yakho Đ ungaphumelela emsebenzini kodwa futhi ungabhekana nemiphumela engalindelekile ezenzweni zakho. Ikakhulukazi kuyinhlanhla ukuphupha ngokuthi ushaywe umbani.

2 Responses to Amaphupho ngesivunguvungu

  1. Abgail May 15, 2016 at 6:01 pm #

    Enter your comment here…khozonani bogogo labomkhulu ngicela incazelo kutshoni lokhu umyeni wami ushone last year ngimpuphe esipha imali engamaphepha le ngane zami ezimbili kodwa enengi uyiphe mina lecard ebelibhaliwe wangifumbathisa lona kodwa angibonanga izinto ebezibhalwe khulo ngicela incazelo

  2. Alberth Magwaza May 22, 2016 at 6:34 am #

    Sanibonani sacela ukubuza ukuth kuchazan ukuphupha amanabukeni engane

Leave a Reply