Amaphupho ngemilomo

Uma uphupha ukuthi umlomo wakho uyanuka lokho kusho ukuthi abantu sebephonsa ithawula ngawe ngenxa yezinto ozenzayo. Uma uphupha ngamazinyo akho uzomenywa endaweni ejabulisayo maduzane kodwa uma likhishwa izinyo kusho ukuthi uzolahlekelwa umngani. Uma uphupha ngomlomo wakho ugxaza amathe kusho ukuthi uzolahlekelwa yimali maduzane.

5 Responses to Amaphupho ngemilomo

  1. Nonhlanhla June 26, 2016 at 8:31 am #

    Kusho ukuthini ukuphupha Ufelwe ingane ukhala kakhulu uze uphimisele.

  2. Nonjabulo July 3, 2016 at 11:12 am #

    Kusho ukuthi ukuphupha ugibele ihashi langena emlilweni wakwazi ukuphuma nekhanda lalo umzimba wehashi wena waphuma usindile

  3. makhosazana November 14, 2016 at 9:15 am #

    ngphuphe abantu abangasekho,ubhuti wami yena wathi kini yena akashonanga,ngase ngbona nomama wami ongaseko,ingabe kusho ukuthini loko na?

  4. hawza June 14, 2017 at 12:15 pm #

    Kusho ukuthini ukuphupha uphuma amazinyo wonke futhi ebuhlungu eziphumela wona

    • Muzi March 18, 2018 at 4:24 pm #

      Did u received any explaination coz ive dreamt the same thing dude

Leave a Reply