Amaphupho ngezinto zokwakha

Uma uphupha ukuthi ubone izinto zokwakha njengosimende nezitini kuyibhadi. Kuzoba nokulwa empilweni yakho maduzane nje noma uzodumala mayelana nezinto ozitholile empilweni. Uma uphupha izinto zamapulangwe njengezinduku noma amapulangwe kusho ukuthi kuzoba nezinkinga empilweni yakho maduzane nje uma ungathathi ikhefu.

2 Responses to Amaphupho ngezinto zokwakha

  1. Nonhlanhla June 30, 2016 at 9:24 pm #

    Uma uphupha umntwana omncane ekhala ethoyilethi engathi uphonsiwe,kodwa umubone sebutakulile kushoni loko

  2. sbonelo July 10, 2016 at 9:32 am #

    Ukuphupha kwkhiwa indlu esikade yabakhona ekhaya,kuseyitini nosimende kuphela ,kusho ukuthini

Leave a Reply