Amaphupho ngokubhukuda

Uma uphupha ukuthi uyabhukuda kuwuphawu oluhle uma ikhanda lakho lingaphezulu kwamanzi – ikakhulukazi emsebenzini nasebudlelwaneni bakho nabanye. Uma amanzi ehlanzekile ecwebile kuhle kakhulu. Uma ubhukuda phansi kwamanzi kusho ukuthi kunezinkinga ezizayo kuwe ikakhulukazi uma amanzi efiphele.

3 Responses to Amaphupho ngokubhukuda

  1. vuyelwa August 1, 2016 at 7:59 pm #

    Thokoza gogo ngithanda ukuphupha ngindiza emafini kodwa engiweli phansi ingabe lichazani leliphupho

  2. may August 9, 2016 at 7:35 am #

    Ukuphupha ibokisi lamaqanda

  3. sbonelo October 15, 2016 at 8:03 am #

    Ngicela ukubuza uma uphupha ubhukuda emfuleni ogelezayo onamanzi amaningi obukade unezikhukhula kodwa ngibhukuda ngenyuka ngiphambana namanzi

Leave a Reply