Amaphupho ngezingane ezincane

Uma uphupha ukuthi ubona ingane encane futhi usemsulwa kungenzeka uheheke ukulala nomuntu ongafanele. Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izikakela uyibambile kuyinhlanhla uma wena ungangcoli kodwa kuyibhadi uma ikungcolisa.

2 Responses to Amaphupho ngezingane ezincane

  1. MaNtombi October 15, 2016 at 3:35 pm #

    Uma uphupha bakunika ingane encane

  2. Ovias August 23, 2017 at 8:24 am #

    Ngicela ukubuza uma uphipha ingane emfana ingaphilile kahle iza lesangoma ingani ubemelapha kutshon isangoma singangeni ekhaya sifike sime egadini sithi akangene kukubo

Leave a Reply