Amaphupho ngesisindo

Uma uphupha ukuthi uzacile noma siyehla isisindo sakho kusho ukuthi kunenkathazo ezayo. Kusho nokuthi ungalahlekelwa yimali ekusaseni lakho Đ ngakho-ke qaphela ukuthi uyisebenzisa kanjani nokuthi uyiboleka bani. Kodwa uma uphupha ukuthi uyisidudla kusho ukuthi uzolwa nophathina wakho.

No comments yet.

Leave a Reply