Amaphupho ngengozi nokulimala

Uma uphupha ukuthi usengozini futhi ulimele kusho ukuthi kufanele uqaphele ngoba khona into embi ezokwenzeka kuwe maduzane. Uma ingozi ihlangene namanzi kungenzeka ukuthi unezinkinga zobudlelwane futhi uma kungenxa yokuthi omunye umuntu uyakulimaza uzoba nenkinga emsebenzini.

One Response to Amaphupho ngengozi nokulimala

  1. Thandazile July 25, 2018 at 3:55 pm #

    Kusho ukuthini ukuphushwa usengozini yemoto ulimele kakjhuli

Leave a Reply