Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo

Uma uphupha ukuthi ugqoke ubucwebe ukuthi kusho ukuthini kuya ngento. Amacici asho ukuthi uzolwa nomuntu maduzane kodwa amabhengela nezindandatho kuhle futhi kusho ukuthi uzoba nobudlelwane obuhle nabanye. Amatshe ayigugu njengamadayimani wona akhomba ubugwili ekusaseni lakho.

Comments are closed.