Amaphupho ngomuthi

Uma uphupha uphuza umuthi kuwuphawu lwenhlanhla enkulu. Uma uphupha ngamakhambi kusho ukuthi umuntu omaziyo ogulayo uzoba ngcono maduzane. Kungasho nokuthi uzophumelela ekusaseni lakho. Ukuphupha ngamaphilisi nakho kuhle futhi kusho ukuthi uzophepha uma uhamba izwe.

Comments are closed.