Ukuphupha Umuntu Ongasekho Ephila Kuchazani

Ukuphupha umuntu ongasekho ephila kungaba nezincazelo eziningi. Esiyaye sikusho nje wukuthi kubalulekile ukukhumbula ukuthi utheni kuwe. Okunye okubalulekile wukuthi umphuphe enzani.

Ukuphupha Umuntu Ongasekho

Abantu abangasekho bayabuya basivakashele emaphusheni silele. Kodwa lokhu akufanele kwenzeke ngendlela angalungile.

Okufanele kungenzeki uma konke kuhamba kahle ukuphupha umuntu ongasekho kungakadluli sikhathi esitheni eshonile. Ngokwazi kwethu umuntu ongasekho kufanele simphuphe esenzeliwe umsebenzi wakhe. Ngaleyondlela sisuke sinesiqiniseko sokuthi usengenile edlozini.

Ukuphupha Umuntu Ongasekho Wakini

Uma lomuntu omphuphayo ongasekho kungeyena owasekhaya kufanele ukhathazeke. Abantu okufanele sibaphuphe abasekhaya kithi hhayi kweminye imizi.

14 thoughts on “Ukuphupha Umuntu Ongasekho Ephila Kuchazani”

  1. Cynthia Ndlovu

    Ukuphupha ubaba wami owashona esekamelwen lakhe elele embhedeni ethi sibheke kahle ingane encane eyintombazana

    1. Miba ngiphuphe ukhulu wami engingakaze ngimbone kodwa sewashona. Ehleli esitulweni ethuneni lakhe . Sikhuluma ngento yokugqoka kwaphuma igama elimnyama . Wathi hayi ubumnyama. Bekamuhle nje efresh ithuna lakhe ngathi kusendlini

    2. Elijah Lawrence Lekgowane

      Umfazi washona recently kodwa ghe umtwana wami uphupha umama wakhe aphila kodwa Mina set ngishonile.

      Kusho kuthini

  2. Ngibokuphupha umnyen wami engivezela amawindi ngaye ebese kungathi ubuyelen nomuntu wakdala ayethandana naye kepha bahlukan esaphila
    Inking ngvuk ngphatheke Kabi

  3. Ngiphupha ingane yasekhaya eyashona ngengozi yemoto ingena endlini inamahloni ithule ,ngelinye ilanga ithi kayishonanga yona iyaphila kodwa ikhuthukile nje.Leliphupho liyavela ebantwini abaningi.

  4. Ngiphuphe u cc wam ozalwa omunye Umama wasemndenin ongasekho uqhamuke La engisebenza khona ngavele ngamesaba ngakhala akakhulumanga lutho ubeth uza ngakimi angibange ngisabona ushoneph ngoba ngibe sengibaleka ngikhala

  5. Ngiphuphe umnakwethu ongasekho oshade nobhuti omdala wasemzini ethelelwa amanzi Umuntu onobungoma ngabe lokho kuchazani?

  6. Audrey Fikile Nhlapo

    Ngiphuphe ubhuti wami ehleli ekhoneni athi kimina uyababona bonke labantu bathi wuywe wena ongibulele babheke bathi bayakuthanda kanti nex

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Scroll to Top