Izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Dlamini, Dlamini Clan Names, Dlamini Clan Praises

Ake sigagule izithakazelo zabantu bakwa Dlamini namhlanje bakwe. Nazo ke zihamba kanjena Sibalukhulu,Mdlovu, Magaduzela,Magaga kaNsele,Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,Izwe lafa ngathini na?Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,Ngonyama! Bakwethu asibonge ngokunilethela izithakazelo zakwa Dlamini kanti abanye benu bona bakhetha ukuthi Dlamini clan names kodwa akusho lutho …

Izithakazelo Zakwa Dlamini, Dlamini Clan Names, Dlamini Clan Praises Read More »

Izithakazelo Zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names, Mthembu Clan Praises

Ake sikuthi nje fahla ngazo izithakazelo zakwa Mthembu, phela laba abafundile ke bona sebathi Mthembu clan names. Noma ungakuqhamukela ngakuphi futhi kanjani kodwa konke nje kusho into efanayo. Mvelase,Qhudeni Mvelase,Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,Mvelase kaGuda,Ongawadl’amathibani,Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,Mnisi wemvula ilanga libalele,Ngoz’ovel’eNyandeni,Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,Nina baseMlamlankunzi! Asibinge nje ngokusivakashela la, ungagcini nje kanje kodwa uhlabe umkhosi nakwabanye bakwa Mthembu …

Izithakazelo Zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names, Mthembu Clan Praises Read More »

Izithakazelo Zakwa Mncwango Clan Names

Mncwango Clan Names – Izithakazelo Ake sikuphe izithakazelo zakwa Mncwango abanye bethi nje Mncwango clan names ngolimi lwesilungu. Zihamba kanjena ke ezakwa Mjaji Mpangazitha Mjaji ka Ngotshana, Makhumbuza uthuli, Nsiba ka Muntsha, Dubeni, Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga, Mpangazitha oziphangayo, Mzingeli kaMfekaye, Mncumbatha, Phakathi wako nkosi, Uma kukhona obona sengathi sikuvalele ngaphandle okubalulekile mayelana …

Izithakazelo Zakwa Mncwango Clan Names Read More »

Scroll to Top