Ukuphupha umuntu ongasekho ephila kungaba nezincazelo eziningi. Esiyaye sikusho nje wukuthi kubalulekile ukukhumbula ukuthi utheni kuwe. Okunye okubalulekile wukuthi umphuphe enzani.
Ukuphupha Umuntu Ongasekho
Abantu abangasekho bayabuya basivakashele emaphusheni silele. Kodwa lokhu akufanele kwenzeke ngendlela angalungile.
Okufanele kungenzeki uma konke kuhamba kahle ukuphupha umuntu ongasekho kungakadluli sikhathi esitheni eshonile. Ngokwazi kwethu umuntu ongasekho kufanele simphuphe esenzeliwe umsebenzi wakhe. Ngaleyondlela sisuke sinesiqiniseko sokuthi usengenile edlozini.
Ukuphupha Umuntu Ongasekho Wakini
Uma lomuntu omphuphayo ongasekho kungeyena owasekhaya kufanele ukhathazeke. Abantu okufanele sibaphuphe abasekhaya kithi hhayi kweminye imizi.
Ukuphupha ubaba wami owashona esekamelwen lakhe elele embhedeni ethi sibheke kahle ingane encane eyintombazana
Miba ngiphuphe ukhulu wami engingakaze ngimbone kodwa sewashona. Ehleli esitulweni ethuneni lakhe . Sikhuluma ngento yokugqoka kwaphuma igama elimnyama . Wathi hayi ubumnyama. Bekamuhle nje efresh ithuna lakhe ngathi kusendlini
Umfazi washona recently kodwa ghe umtwana wami uphupha umama wakhe aphila kodwa Mina set ngishonile.
Kusho kuthini
Alizwakali kahle iphupho lakho Gatsheni
Ngibokuphupha umnyen wami engivezela amawindi ngaye ebese kungathi ubuyelen nomuntu wakdala ayethandana naye kepha bahlukan esaphila
Inking ngvuk ngphatheke Kabi
Ngiphuphe ubaba wami eshayela kuchazani
Ngiphupha ingane yasekhaya eyashona ngengozi yemoto ingena endlini inamahloni ithule ,ngelinye ilanga ithi kayishonanga yona iyaphila kodwa ikhuthukile nje.Leliphupho liyavela ebantwini abaningi.
Ngiphuphe u cc wam ozalwa omunye Umama wasemndenin ongasekho uqhamuke La engisebenza khona ngavele ngamesaba ngakhala akakhulumanga lutho ubeth uza ngakimi angibange ngisabona ushoneph ngoba ngibe sengibaleka ngikhala
Ngiphuphe ubhuti wami ongasekho engcolile engathi upakisha izikhwama uyahamba kodwa ethule nje
Ngiphuphe ugogo wami osashona egonqile
Ukhuphupha umzala wami wesilisa owatshonayo engena eqinile saka emuhle ngimthabela ngimkhalela kutsho ukuthini
Mina ngiphuphe umzala wami ongasekho emhlabeni enginika izimpahla zakhe zomsebenzi ethi ngizigqoke ngiyosebenza
Ngiphupha umamkhulu ongasekho ejabulile futhi asebenza emasmebanzininwakhe
Ngiphuphe umnakwethu ongasekho oshade nobhuti omdala wasemzini ethelelwa amanzi Umuntu onobungoma ngabe lokho kuchazani?
Ngiphuphe iqhude leslisa kabili
Ngiphuphe ubhuti wami ehleli ekhoneni athi kimina uyababona bonke labantu bathi wuywe wena ongibulele babheke bathi bayakuthanda kanti nex
Ukuphupha ubaba wam ongasekhoyo ngathi sisesontweni yena uyashumayela
Ngiphuphe ubaba omdala okade ashona exoxa samuntu othetha idlozi maqede wacela amaqanda mangimnika kwangathi liyaphihlika leloqanda wabe esenyamalala futhi
Mina ngiphuphe ubaba wami owashona exoxa nami sengathi uyaphila ngabe kuchaza ukuthini lokhu
Ngiphuphe umgani wami ngimvakatshele mangifika kwakho ngimbuza ngomtwana wakhe ukuthi ngabe sekhule okungakanani
Ukuphupha ugogo wakho ekutshen kuth khon into ebalulekile ekumele akutshene yona kuchazani