Izithakazelo Zakwa Mncwango Clan Names

Mncwango Clan Names – Izithakazelo

Ake sikuphe izithakazelo zakwa Mncwango abanye bethi nje Mncwango clan names ngolimi lwesilungu. Zihamba kanjena ke ezakwa Mjaji

Mpangazitha

Mjaji ka Ngotshana,

Makhumbuza uthuli,

Nsiba ka Muntsha,

Dubeni,

Wena owanyela emfuleni wenkosi wathi uyancwanga,

Mpangazitha oziphangayo,

Mzingeli kaMfekaye,

Mncumbatha,

Phakathi wako nkosi,

Uma kukhona obona sengathi sikuvalele ngaphandle okubalulekile mayelana nezithakazelo zakwa Mncwango sicela ukuthi isithinte usazise.

1 thought on “Izithakazelo Zakwa Mncwango Clan Names”

  1. kungabe kuchaza ukuthini uma uphupha umzaliwakho ongasekho kungathi usekhaya uma uqhamuka umufice esekamelweni lakhe emopho avele akudunusele ngezinqazakhe

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Scroll to Top