Izithakazelo Zakwa Dlamini, Dlamini Clan Names, Dlamini Clan Praises

Ake sigagule izithakazelo zabantu bakwa Dlamini namhlanje bakwe. Nazo ke zihamba kanjena

Sibalukhulu,
Mdlovu, Magaduzela,
Magaga kaNsele,
Wena owashisa umuntu ngesikhuni esibunjini kwaze kwasa eyobayoba,
Mgoqo ovimb’esangweni nansi impi,
Izwe lafa ngathini na?
Wena owabonela empunzini ukuthi kuyabalekwa ngoba yona yabaleka yaziphonsa ocingweni,
Ngonyama!

Bakwethu asibonge ngokunilethela izithakazelo zakwa Dlamini kanti abanye benu bona bakhetha ukuthi Dlamini clan names kodwa akusho lutho olubi bakwethu.

Leave a Comment

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Scroll to Top