Ukuphupha

Ukuphupha Umuntu Enqunu

Zingane zakwethu zikhona izinto zokuphushwa kodwa ukuphupha umuntu enqunu yinto engafanele ukuthu ijwayele ukwenzeka kuwe. Lokhu sikushiswo wukuthi leliphupho likhomba isimo esingalungile kahle empilweni yakho noma kulowo osuke umbona ephusheni. Okusangozana ngaleliphupho wukuthi lo omphupha enqunu kunokwenzeka ukuthi nguwena qobo lwakho kodwa iphupho likufihlile. Abaningi baye becabange ukuthi lokhu kusho umthakathi. Cha lutho bashaye phansi. […]

Ukuphupha Umuntu Enqunu Read More »

Kusho Ukuthini Ukuphupha Ugwazwa

Kuchazani Ukuphupha Ugwazwa? Abantu abaningi abasibhalele besibuza ngokuthi kuchazani ukuphupha ugwaza sizamile ukubaphendula. Yingakho nje sikhethe ukuthi sibhale kabanzi ngaleliphupho. Ukuphupha Ugwazwa Ngomese Lijulile lona leliphupho uma uze wakwazi nokubona ukuthi ugwazwa ngasikhali sini noma siphi. Lokhu ukuphupha ugwazwa ngomese kucace nje bha ukuthi lana ubheke nengozi eza ngesikhali. Kuyenzeka ke kwesinye isikhathi isikhali ungakwazi

Kusho Ukuthini Ukuphupha Ugwazwa Read More »

Ukuphupha Ulwa Kusho Ukuthini

Kusho Ukuthini Ukuphupha Ulwa? Ukuphupha ulwa uma kuza noma kukufikela ephusheni akuyona into enhle ngakho ke kufanele ulibhekisise leliphupho ukuthi lichazani. Kubalulekile ukuthi wazi ubulwa nobani noma nami ngesikhathi uphupha. Kungaba umuntu obulwa naye kodwa futhi kuyenzeka kube yisilwane njengenja noma inkomo. Ithini Incazelo Yaleliphupho? Njengoba sesishilo, kuya ngokuthi ubani lowo ophuphe ulwa naye. Incazelo

Ukuphupha Ulwa Kusho Ukuthini Read More »

Scroll to Top