Uncategorized

Umuthi Wokususa Isichitho

Abantu abaningi abasibhalelayo bayaye bacele ukuthi sibasize ngoba befuna umuthi wokususa isichitho. Isichitho sehlukene kaningi kuya ngokuthi lo okushaye ngaso uhloseni. Sonke isichitho siwumuthi omubi ngoba sisuke sikhandwe ngenhloso yokubhidliza izinto zakho. Isichitho sibhidliza konke wena osuke uthi uyakukwakha emilweni. Ziningi ke izindlela zokubona ukuthi ngabe uhlushwa yisichitho. Uma ngabe uthi uhlanganisa impilo kodwa yenqaba, …

Umuthi Wokususa Isichitho Read More »

Amaphupho Ngesibhamu

Amaphupho ngesibhamu – Okokuqala nje okufanele sikwazi ngesibhamu wukuthi siyisikhali. Siwuhlobo lwesikhali okungesona kahle kahle esethu bantu kodwa esafika nalaba bokuhamba. Isibhamu yisikhali okungesona esasijwayelekile isintwini sakithi kodwa nathi sesiyasisebenzisa futhi sesaba nolwazi olunzulu ngaso. Okunye okufanele sikubhekisise ngaphambi nje kokuchaza amaphupho ngesibhamu wukuthi siwuhlobo lwesikhali esisabekayo. Nongakaze walinyazwa yiso uyasesaba naye. Uma uke wadutshulwa …

Amaphupho Ngesibhamu Read More »

Itiye Labantu Abadala

Itiye labantu abadala ngouthe phecelezi, iladi noma ilati yisithebe noma ukudla okwenzela abantu abangasekho. Kuthiwa nje elabadala ngoba kushiwo labo abangasekho. Ziningike izindlela zokwenza itiye labantu abadala uma ungumuntu okholelwayo kulaba abangasekho. Kuze kuthiwe nje itiye ngoba phela kunenkolelo yokuthi abangasekho noma abadala bayakujabulela okuya ethunjini nabo. AmaZulu kanye nezinye izinhlanga zabantu abamnyama ziyakholelwa wukuthi …

Itiye Labantu Abadala Read More »

Ukuphupha Uxabana Nomama Wakho

Kusho Ukuthini Ukuphupha Uxabana Nomama Wakho Leliphupho elinjena sengilizwe izikhashana eziningi futhi kubantu abahlukene. Abanye esengike ngabacacisela lona bese bebe nalo iminyakanyaka. Lifike libuye linyamalale kodwa libuye emva kwesikhashana Umama wakho wuyena umzali obaluleke kakhulu uma ngabe sekuza ngasekufundisekeni kwakho izinto eziningi zempilo. Ikakhulukazi yibona omama abanye basiqoqe ngokweziyalo empilweni. Ekuzalweni nje kwakho umama wakho …

Ukuphupha Uxabana Nomama Wakho Read More »

Scroll to Top