Ukuphupha Inyoka Kuchazani

Ziningi izincazelo zamaphupho afaka inyoka phakathi. Isizathu salokho wukuthi amaphupho enyoka ayahluka kakhulu. Kuyaye kuye ngombala wenyoka oyiphuphayo. Okwesibili okudala lamaphupho ehluke kakhulu wukuthi uhlobo lwenyoka nalo luchaza okuthile ngephupho. Imamba ngeke ifake nenhlwathi uma uziphupha. Inhlwathi ibika amakhehla asekhaya. Imamba yona isuke ibika isitha noma ubutha obhekene nakho. Ngezansi sizozama ukuwahlukanisa amaphupho enyoka ngoba […]

Ukuphupha Inyoka Kuchazani Read More »

Isifo Ibhande

ISIFO IBHANDE – IMBANGELA, IZIMPAWU UKWELASHWA KWASO Isifo Ibhande yisifo esidalwa yigciwane elifanayo nalelo elodala isifo okuthiwa upokisi (chicken pox). Leligciwane elibanga esisifo linegama elithe phecelezi elithi yi-varicella-zoster. Uma lesisifo saleligciwane sikuphethe siyaye sibulale isidleke lapho kukhandeke khona imizwa yomuntu. Lokhu kudala ukuthi lemizwa ibe nokuphazamiseka esikhunjeni somuntu ophethwe yilokhukugula. Njengoba kuphazamiseka imizwa esikhunjeni, kuyaye

Isifo Ibhande Read More »

Ukuphupha Ugijima Kuchaza Ukuthini?

Abaningi bayabuza ukuthi ngabe kuchaza ukuthini ukuphupha ugijima kodwa ube ulele. Sizozama ukubeka incazelo ezokucacisela noma phela izimo zinokungafani. Abantu abaphuphi ngendlela efanayo bonke. Kusho Ukuthini Ukuphupha Ugijima? Uma ngabe ulele ngokujwayelekile kuyaye kungabi lula ukuhamba noma ukugijima. Isizathu salokho wukuthi abaningi balala beyifinqile imilenze. abanye balala babheke phezulu bese uthola ukuthi imilenze iqondile ngeke

Ukuphupha Ugijima Kuchaza Ukuthini? Read More »

Umuthi Wokususa Isichitho

Abantu abaningi abasibhalelayo bayaye bacele ukuthi sibasize ngoba befuna umuthi wokususa isichitho. Isichitho sehlukene kaningi kuya ngokuthi lo okushaye ngaso uhloseni. Sonke isichitho siwumuthi omubi ngoba sisuke sikhandwe ngenhloso yokubhidliza izinto zakho. Isichitho sibhidliza konke wena osuke uthi uyakukwakha emilweni. Ziningi ke izindlela zokubona ukuthi ngabe uhlushwa yisichitho. Uma ngabe uthi uhlanganisa impilo kodwa yenqaba,

Umuthi Wokususa Isichitho Read More »

Ukuphupha Ugqoke Izimpahla Ezimnyama

Ukuphupha ugqoke izimpahla ezimnyama kuvame isikhathi esiningi ukuba yinto esikhathazayo. AmaZulu ayazi ukuthi ngokwesiko lesintu izimpahla ezimnyama kujwayelekile ukuthi kuzilwe ngazo. Ngakho ke kuba yinto ekhathazayo ukuzibona usuzigqoke ulele ephusheni. Ukuphupha Ugqoke Izimpahla Ezimnyama Nencazelo Yakho Akusiso sonke isikhathi lapho khona ukuphupha ugqoke izimpahla ezimnyama kubika khona isifo. Ubumnyama okusengamile empilweni kungaziveza ngezindlela ezehlukene. Lokhu

Ukuphupha Ugqoke Izimpahla Ezimnyama Read More »

Ukuphupha Ubona Isidumbu

Ukuphupha ubona isidumbu ulele ebusuku kungaba yinto esabisa kakhulu. Okuyimbangela yokuthi leliphupho libe nokuthusa wukuthi ukubona isidumbu yinto engandile. Cishe sonke siyayesaba into esisondeza nelokufa nje empilweni. Yingakho ke nje kufanele sithuke uma siphupha ngokufa. Ukuphupha Ubona Isidumbu Kusho Ukuthini? Njengoba sesichazile ngenhla ukuthi akuyona into ejwayelekile ukusondelana nokufa. Kubi kakhuluke uma izidumbu sezizozifikela emaphusheni

Ukuphupha Ubona Isidumbu Read More »

Scroll to Top