Ukuphupha Imoto
Ukuphupha Imoto Kusho Ukuthini? Kudumile kwabaningi ukuthi uma uphupha imoto lokho kusuke kusho isifo. Into nje okufanele siyigcizelele wukuthi umbala wemoto unjani. Cha lokhu akulona iqiniso ngokuphelele. Kunezimo ezithile ezehlukile ongaphupha imoto kuzo. Okubalulekile ngokuphupha imoto kuba yizinto ezimbili: Kuba umbala wemoto Kube yisimo sakho mayelana naleyo moto Lokhu ngeke kukholakale kodwa kuyiqiniso: uyakwazi ukuzijwayeza […]